Tuesday, February 26, 2013

KHUMBULEKHAYA

Lona ngu Sophie ufunwa yisoka lakhe elithi lamqhina 1999 etranskei, wathi ulibangise egoli uyofuna umsebenzi sisi buyela ekhaya bayakudinga, washiya abantwana abane.
Lona uFezile bathi wabeleka ekhaya eRabie Ridge ethi uya e melika uyoba umrepha, baba phindela ekhaya baba bayakudinga. siyakholwa ukuthi sowalifeza iphupho lakho.
lona ngu Mamkeli, wasuka ekhaya athi uya eJamaica uyoba yi lasta, basola ukuthi insangu beyimsanganisa, abafazi bakho ekhaya bafile yindlala
lona uNoncedo, ugogo wamxosha ngoba efuna ukuba yilesbian, phindela ekhaya sisi ugogo sekafile.
uma ufuna nawe sikuncede ngokuk'thole undindanezwe wakini, fonela uDani, noma ubhale incwadi uthumele nesthombe sepasi....

0 Comments:

Post a Comment

Subscribe to Post Comments [Atom]

<< Home