Thursday, November 15, 2012

Isifundo.....musani ukutshela izingane into engekho!!!


Askies to the people who don't understand isiZulu. This is a killer, Lol.....
Umama no Baba babexabana phambi kwengane yabo yomfana ena 6 years,

UMAMA: 
Wena uhamba the whole day, ubhizi nezifebe nje into oyaziyo, uyakhohlwa ukuthi unomfazi nengane... Ziyakuhlanyisa lezifebe zakho
Kanti ingane ilalele... INGANE yabuza kumama ukuthi yini izifebe, umama wakhomba i-advert yeburger kuTV wathi: mtanami leyanto ekuthi TV (esho iburger), isona ke isifebe.

2 months later wonke umuntu esekhohliwe ukuthi yake yaxoxwa lendaba,
 ubaba wathatha ingane waya nayo eHillbrow, wafika wayithengela iburger naye wazithengela inkunzi-malanga ye-double burger.
Bagcina bebuye late kakhulu ekhaya. Umama esedinwe egane unwabu.

UMAMA: 
Uyabona ke ngeke nje ngiyimele lendaba yokuthi uthathe ingane uze ubuye nayo ngalesikhathi, niphumaphi hhe?

UBABA: 
Nakhoke mfana tshela nangu unyoko ukuthi siphumaphi..

INGANE: 
Thina sinobaba ehhene.. Sihambile saya kwenye indawo eseHillbrow... Ubaba ufike wathenga isifebe sakhe esikhulu, nami wangithengela esami esincane. Ey.. sazidla izifebe sinobaba, zingasemnandi kanje... Ay mina sengiyabona ukuthi yini ndaba ubaba ehlanyiswa yizifebe kangaka, zimunandi uyezwa... Nami nje sengizohlala ngihamba nobaba uma eyodla izifebe.

Umama waphuthunyiswa eBaragwanath esequlekile


1 Comments:

At August 22, 2017 at 7:30 AM , Anonymous Anonymous said...

Its really a killer one

 

Post a Comment

Subscribe to Post Comments [Atom]

<< Home