Wednesday, March 27, 2013

28 SEPTEMBER 2010 DEVELOPMENTS ON GENERATIONS

Did you here the conversation between Khaphela & Dlomo at Tsalanag this morning?

DLOMO:       Hawu Mapholoba wabukeka unganeme kwenzenjani?
KHAPHELA:  Iqolo lami libuhlungu.
DLOMO:        Sengathi uyaguga.
KHAPHELA:  Cha, ngithwele kanzima, sizama ukwenza ingane no-Sarah. Lomfazi ulokhu engibizile akulalwa, ungafunga ukuthi umjaho wamahhashi.
DLOMO:        Haha, kuzomele umyeke ezengaphezulu.
KHAPHELA:   Mameshane, umfazi ngaphezulu? yinto engeke yenzeke leyo ufuna ngithithibale.
DLOMO:        Yini kahle kahle inkinga yakho?
KHAPHELA:  Inkinga ukuthi nje akazali!
DLOMO:        Kuzomele ngikuphe imbiza yami uchathe ngayo.
KHAPHELA:   SOOOOOZE ngayisebenzisa imbiza yakho.
DLOMO:        Ngoba?
KHAPHELA:  Ikhiqiza IZITABANE!

0 Comments:

Post a Comment

Subscribe to Post Comments [Atom]

<< Home